![Mzinyathi uhambele umphakathi waseMsinga](https://www.umsinga.gov.za/wp-content/uploads/2024/12/Mzinyathi-uhambele-umphakathi-waseMsinga.jpg)
uMzinyathi uhambele umphakathi waseMsinga
Namhlanje umasipala waseMzinyathi uhambele umphakathi waseNdanyana ku ward 21 eMsinga uzobheka izinqinamba ababhekene nazo ngamanzi uphinde uze nezisombululo. Lomjikelezo usuhambe ibangana ukuqinisekisa uphinde ubheke izinkinga ezibhekene nomphakathi. Nangakini umasipala uzofika sicela sibekezelelane.