House Construction at Ward 06

Project Description
House Construction Handover at Ward 06
Location
uMsinga
Ward
06
Date
21 November 2024
Namhlanje uMhlonishwa uMeya ubehambele kwa ward 06 ngaphansi kobuholi buka Cllr P Dladla ukuyothula usonkontileka ozowakhele imindeni emibili izindlu ezinamagumbi amabili.
Waqhubeka waya kwa ward 09 ngaphansi kobu buka Cllr M Khoza ukuyothula usonkontileka ozokwakha inkulisa eMxheleni.UMeya ucele umphakathi ukuthi usiphatha kahle lesakhiwo mase sikhona bengatshotshi izitulo kanye nezivalo ngoba inkulisa ibalulekile kakhulu ekufundiseni ingane.
 
#SethembeMsinga sizokusebenzela